Ixoxwa ngezithombe eyomkhankaso ku-Wadi 6

0
70

AKWAZIWA ukuthi iyozala nkomoni phakathi kwe-African National Congress (ANC) kanye ne-African Freedom Revolution (AFR) njengoba womabili lamaqembu yiwona abegqamile endaweni yaku-Wadi 6 lapho bekunomkhankaso wokhetho lokuchibiyela ukuvala isikhathi esivuleke ngemuva kokushona kwekhansela le wadi uMnuz Lucky Mngwengwe.